Umsolwa ubhekene necala lokubulala, ukuzama ukubulala kanye nokudlwengula, kanti uzovela eNkantolo yeMantshi yaseLouwsburg ...
Okusisalele wukuthi sikhiphele isibhongo seChampions League kuwona wonke amaqembu esizobhekana nawo,” kusho u-Ouaddou.
KUSOLWA ukuthi ubengafuni ukwaliwa owesilisa waseCato Manor, eThekwini, okuthiwa udubule, wabulala owesifazane wasePort Shepstone, obeqashe kule ndawo.
IPHINI likamengameli wezwe uMnuz Paul Mashatile lithi bafuna aphume aphele embuthweni amaphoyisa enza izinto ezingalungile ...
IZINGWAZI zomculo wombhaqanga, iSoul Brothers, zizogubha ukuqeda iminyaka ewu-50 ziyibambile insimbi ishisa kule ndima ...
UMiguel Cardoso opheka iMamelodi Sundowns uveze umqondo ocashile ngokuphuma kwe-Orlando Pirates kwiCaf Champions League.
KUBHEKWE ukuthi imboni yezamafilimu KwaZulu-Natal ingene ebalazweni lomhlaba njengoba uphiko lwezamafilimu nezokuvakasha ...
UMENGAMELI wamaJaji osabambile eNkantolo eNkulu yaseGoli, uMnuz Aubrey Phago Ledwaba, usolwe ngokuchema ngesikhathi ededela ...
Lokhu kuyingxenye yemithetho emisha, eqinile ehloselwe ukunqanda ulwazi olunganembile oluvela kubantu abangafundile, futhi ...
Isithombe sesontoUXOLISILE "Xoli" Mfeka yintokazi yasePinetown edume kakhulu ngokulingisa eziqeshini zocansi (pornstar) ezikhonjiswa ezinkundleni zokuxhumana ...
ISIGABA sezimoto zikaNokusho sithwele kanzima ngenxa yokuthi abantu bafuna izimoto ezishibhile kwazise imali ayibonwa.
ISwift ingezinye zezimoto ezenza iSuzuki ibe sendaweni yesibili ngokudayisa kakhulu izimoto ezintsha eNingizimu Afrika ...
一些您可能无法访问的结果已被隐去。
显示无法访问的结果